Sabelo Mthembu — Ofana Nawe song lyrics and translation
The page contains the lyrics and English translation of the song "Ofana Nawe" by Sabelo Mthembu.
Lyrics
Ang’kaze ng’bon' ofana nawe kuwo wonke lomhlaba
Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba
UNkulunkulu watshala kuw' imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile
Wentombazane ungadel' ubuhle obuvela phakathi
Akaz' abon' ofana naw' amehlo ami, akaz' abon' ofana nawe
Anginandaba nemvelaphi yakho ngish' isiqu sakho
Ngithand' indel' ophath' abantu ngayo nokuzotha kwakho
Khumbul' ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungaw’jika ngish' umphefumlo
Wentombazane kuko konke oyiko ngithand' inhliziyo
Lyrics translation
Ang'ng'see and' click yes in all of the earth
Buy bukhanya the beauty of your gnome go
In watshala UNkulunkulu' in the water you drink by seed and acwebile
Ungadel of the girls' beauty from among the mass
And' sinners' like you have' the eyes of me, and the' sinners' click yes
Your source Anginandaba ngish' your body
Love' end' manage' the people to build it
Remember' beauty is from within that you turn bungaw'ngish' soul
Oyiko love for all of the girls' inhliziyo